Weed_640

Shisa Sayensi- Isayensi yangeviki 17 uMasingane 2017

Nazi ezihamba phambili ezeSayensi eNingizimu Afrikha kuleliviki.¬†Shisa Sayensi! Insangu nokusetshenziswa ukwelapha Umnyango wezeMpilo usuqalile nezinhlelo ezingenza ukuthi insangu icwaningwe ososayensi baseNingizimu Afrika ukuze kuzotholakala amakhemikhali angelapha izifo eziningi. Okwamanje ososayensi abakakwazi ukuthola ukuthi yini engenza insangu ibe ngcono ekulapheni izifo okufana nezinhlungu kanye nomdlavuza. Lokhu kutholakale kucwaningo olwenziwe ososayensi abase Harvard University. Lolucwaningo lulandela olunye…