Shisa Sayensi- Isayensi yeviki 27 September 2016

Nanka amangqampungqampu ezeSayensi eNingizimu Afrikha kuleliviki. Shisa Sayensi! Abantu umhlaba wonke basuka eAfrika, ucwaningo Kumhlaba wonke jikelele kukhona izizwe ezinhlobonhlobo zonke okuthiwa zisuka endaweni eyodwa; izwekazi le Afrika. Kudala kwakwaziwa ososayensi ukuthi izizwe zonke zomhlaba inkaba ziyikhomba e-Afrika lapho okwasuka khona abantu bahamba bagcwala umhlaba ngeminyaka edlulela kwengama-50¬†000, kodwa bekungaziwa kahle ukuthi kwenzeka izikhathi ezingaki…