Shisa Sayensi- Isayensi yeviki 20 October 2016

Nazi ezihamba phambili ezeSayensi eNingizimu Afrikha kuleliviki. Shisa Sayensi! Ayilahlwe yonke isayensi: kusho owesifazane efuna emfundo eguqukile Kusukela kuqale imibhikisho yezimali yabafundi basemanyuvesi isivuse inkulumo mayelana nenhlobo yemfundo ekhishwayo kulezi zikhungo. Inhloso yalezi zinkulumo ukutshengisa ukuthi imfundo, okubalwa kuyo izimfundo zesayensi, yenzelwe abaphesheya kwezilandle, emazweni asempumalanga. Lokhu kungajabuli ngalemfundo kubonakale kokuqoshiwe owesifazane wasenyuvesi yaseKapa ethi…

Shisa Sayensi- Isayensi yeviki 27 September 2016

Nanka amangqampungqampu ezeSayensi eNingizimu Afrikha kuleliviki. Shisa Sayensi! Abantu umhlaba wonke basuka eAfrika, ucwaningo Kumhlaba wonke jikelele kukhona izizwe ezinhlobonhlobo zonke okuthiwa zisuka endaweni eyodwa; izwekazi le Afrika. Kudala kwakwaziwa ososayensi ukuthi izizwe zonke zomhlaba inkaba ziyikhomba e-Afrika lapho okwasuka khona abantu bahamba bagcwala umhlaba ngeminyaka edlulela kwengama-50 000, kodwa bekungaziwa kahle ukuthi kwenzeka izikhathi ezingaki…

The Science Inside – Wine

It’s the Science Inside wine this week, since Robertson Winery workers are striking. We discuss the Drunken Monkey Hypothesis and how our enjoyment of alcohol might be evolutionary. Find out about the chemistry of a good wine with Antonio Ferreira and the process of winemaking with Samantha Fairbairn. Both are from the Institute for Wine…

Shisa Sayensi – Owesifazane nesayensi yokwakheka komhlaba

  UXolisile Donda odabuka eNquthu ukhulume nabe Scibraai ohlelweni elikhuluma ngesayensi ngelika Mageba iShisa Sayensi. Ungalalela inkulumo-ngxoxo esiyiqophe naye la: Sikhulume naye esichazela ngesayensi ayenzayo esebenzisa umshini omkhulu kunayo yonke emhlabeni i-Large Hadron Collider ephethwe inhlangano ebizwa nge-CERN. UDonda uphinde akhulume ngokuhlangana nabanye abesifazane kulumkhakha wesayensi nokuthola amazwi eknkuthazo kumama wesizwe, kungqongqoshe wezesayensi kanye nomama obekade…

[LISTEN] The Science Inside – Transport

For petrolheads and science nerds alike, this week’s show gets into all things cars following the petrol strike. Elna looks at the past and future of electric cars and drives a South African made prototype with Winstone Jordaan from Gridcars. Dr Mathetha Mokonyama from the CSIR talks to us about how public transport systems get designed.…

Pee, poo & pollen say climate change is real

While chatting with one Nigel Barker of UP (@Nigel_GEBP) about something different entirely, he mentions that Dassie middens, used by generations of the little critters to drop their deposits into neat, sticky piles over 100s of years come rain or shine, can tell us if, in fact, it was raining or shining. The stickiness of the…

I-MeerKAT Ithola Obekungaziwa eMkhathini

UMSHINI wokucwaninga izinkanyezi ozoba omkhulu kunayo yonke emhlabeni uvulwe ngokomthetho esifundazweni se-Northern Cape ngoMgqibelo odlule. Lomshini wakhiwa abacwaningi nonjiniyela bakhona la eNingizimu Afrika. Ukuvulwa kwalomshini kuhambisane nomcimbi obukade unalabo bezindaba kanye nongqongqoshe abaningi. Lomshini osebenzisa amagagasi omsakazo ukucwaninga umkhathi uzoba nezindishi ezingama-64 kodwa okwamanje zisawu-16. Izindishi lezi zibukeka ziphinde zisebenze njengalezi ezitholakala ezindlini ezinenhlanhla yokuba…

MeerKAT Puts South Africa on the Map

  TOP government officials bore witness to the launch of what is on its way to being the most powerful telescope in the world. The weekend saw the unveiling of 16 new antennas at the SKA site near Carnarvon with amazing science to boot. The MeerKAT team, in conjunction with the Department of Science and…