Shisa Sayensi: Isayensi yeviki 14 July 2016

Isomiso sisilungiselela okuzayo, kutholakale amathambo asebhayibhelini, owesifazane omusha kwi-NASA, konke lokhu kutholakala kwi Shisa Sayensi! Isomiso sisilungiselela ukushintshashintsha kwemozulu Isomiso esesishaye amazwe aseningizimu yezwekazi le Afrika, sibonakala njengethuba lokhuthi lawamazwe akwazi ukuzilungiselela njengoba isimo semozulu siguquka umhlaba wonke. Lona umbono wabacwaningi baseNyuvesi yaseKapa abenza ucwaningo ngomonakalo odalwa isomiso emazweni ase Mozambique nase Namibia. Njengoba isimo…

Shisa Sayensi: Isayensi yeviki (30 June 2016)

  Nazi izindaba ezibe amangqampungqampu kwezesayensi eNingizimu Afrikha evikini. Shisa Sayensi! uNozipho Gumbi uqhubeka nadume ngakho UNozipho Gumbi, ongusoSayensi ngokusho kwephephandaba iMail and Guardian ungomunye wabantu abasha abangama-200 abavelele. uGumbi ubalwe nabantu abasha abenza umnyakazo ezweni laseNingizimu Afrika bebonakale ngemisebenzi yabo emihle. uGumbi ungowesifazane uligugu kulomkhakha wezeSayensi, njengoba esanda kunqoba umncintiswano wosoSayensi nowamyisa ¬†ezweni laseNgilande…